LYRIC

Igama lenkosi
Liyiyo inqaba
Ophephela Khona uyakusindiswa
Libongwe ngabantu libongwe izingelosi
Alikho igama elihle njengalo
Igama lenkosi
Liyiyo inqaba
Ophephela Khona uyakusindiswa
Libongwe ngabantu libongwe izingelosi
Alikho igama elihle njengalo

Ohlezi kulona akanako ukwesaba
Nokuba umhlaba uzanyazanyiswa
Libongwe ngabantu libongwe izingelosi alikho igama elihle njengalo
Abayokhuleka egameni lenkosi bayakusindiswa uyasho umbhalo
Alikho igama elihle njengalo

Added by

yanson

SHARE

Comments are off this post