LYRIC

Ndibhalela wena lengona
Sthandwa ngidlulisa umlayezo
Ngizakukhumbula zonke lezinsuku
Okuhle kuyangiphutha bo eyi ismile sakho
Ngohlale ngikuthanda nsuku zonke

Stimela siyahamba sasho eGoli
Ngocinga ngawe mihla yonke
Stimela siyahamba sasho eGoli
Ngocinga ngawe mihla yonke

Umhlaba khawunike mina nawe ixesha
Ngimbone uLovie wamie
Ntaba dilika nTaba wuuh
Mina ngiyazi ngakuohula inhliziyo
Ngadlala ngethuba lisasekhona
Nguwe wedwa bulithemba lami
Ngiyohlala ngikuthanda la

Stimela siyahamba sasho eGoli
Ngocinga ngawe mihla yonke
Stimela siyahamba sasho eGoli
Ngocinga ngawe mihla yonke

Mina ngize ngiyocinga
Ngifisa kuba wazi ngikhumbula wena
Yephuke nhliziyo yami
Ngiyibona nenqondo yami

Stimela buya, buya sesiside leskhathi
Wentaba dilika dilika ngimbonu dali wami
Ntaba dilika ntaba, ooo

Stimela siyahamba sasho eGoli
Ngocinga ngawe mihla yonke
Stimela siyahamba sasho eGoli
Ngocinga ngawe mihla yonke

Added by

yanson

SHARE

Comments are off this post